Ngeke ndiphinde ndijole ku Facebook ๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜ขnever๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ’”

Ngahlangana nomunye ubhuti kwenye yama group alana ku Facebook, Wangibhalela eceleni ku inbox ngagcina sengimnike ne number sesifonelana.

Sihambile iskhathi simane sixoxa sagcina sesijola ai kwabamnandi kakhulu futhi bekengekho umuntu ohlupha omunye ๐Ÿคทโ€โ™‚๏ธ

Lobhuti uhlala eMzinkulu mina ngihlala eXobho .zihambile inyanga sizijolela naye sifounelana njalo kumnandi nje kwethu,ngenye imini wangibuza kuthi ngineminyaka engakanani ngamtshela yooo wavele wathuka

So ize sixoxa ke ngambuza ukuthi yini ngathi uyamothusa indaba yeminyaka yam whathi ngimncane kakhulu cz ungishiya ngo 20 years kodwa ngenxa yokuthi besesijwayelene and akabonakali ukuthi umdala savele saqhuba sashaya ngathi asboni.

Last week sixoxile sazama ukuhlela usuku esizobonana ngalo then sagcina ngelithi sizobonana kule weekend so wathi uzofika Friday.

Ngempela ufikile Friday wangifounela ethi asihlangane e town ngagibela ngasuka shwiii ngafika town yoooo sabonana wangigxumela ubhuti wangibamba ejabulile lapho usulekeni wangicabuza ngabona abantu besibuka๐Ÿ˜

Sahamba sayothenga into esizoyidla endlini ei lapho sengijaheni vele ai sathenga sangena emotweni saya endlini

Sithe nje siqeda ngena ndlini ngabuyisa iscabha saqala sabambana yooo sacabuzana lapho asisakwazi nokuzibamba

Eish yaz siyangibambezela isizulu ncono ngiyisheshise lenkulumo ngesi Venda.

Nde vha zwi funa naa vha nyakwita,
Ndi amba vha ndevhe dzaโค mapangu
Ndi nne muvenda nga vala,
Ndi nne muvenda nga luambo,๐Ÿ˜˜

Hune nda kanda hu sala gadiso,
Line la talusa nne๐Ÿ‘… kha vhothe,
La talusa leri nandi haa,
Ndi nnyi muvenda mu bikwa na ive๐Ÿ‘…๐Ÿ‘

Leri ndi ene nne mutuka
Leri ndi nnyi ๐Ÿ˜Munna murema,
Ene asa sa swi nga vhuswa,
Le ndi๐Ÿ˜ญ nnyi Munna wa mmvi thumbuni,

Ndi nnyi ngalaha mavhongwe,๐Ÿ™„
Li no dzhena khimbali nga nayo,
Phindulo ya ri ndi Ene muvenda,
Muvenda mubikwa na ive la vhibva.๐Ÿ˜ข

Ai kunzima ngempela ๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ’”๐Ÿ’”


Related Posts

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *