WOMAN’S TEARS vs MAN’S
TEARS.
Ungalokothi ukhalise
umuntu wesifazane ngoba
akukho okubiza
njengezinyembezi zomuntu
wesifazane. Uma unyembezi
olulodwa luphuma
emehlweni, luhlangana ne-
LOREAL EYE LINER (ebiza
R115) kanye ne-REVLON
MASCARA (ebiza R185), bese
zehla njalo ngezihlathi
zihlangane ne-D & G blusher
(ebiza R150) kanye ne-MAC
powder (ebiza R95).
Ekugcineni izinyembezi zifike
ezindebeni zakhe zihlangane
ne-MAYBELLINE Lipstick
(ebiza R120) kanye ne-
lipgloss yakwa-AVON (ebiza
R35). Lokhu kusho ukuthi
unyembezi lulunye lubiza
R700! Ngakho-ke PLEASE
ningalokothi nikhalise
umuntu wesifazane.
Uma ukhalisa umuntu
wesilisa, unyembezi
luhlangana novaselina
wohlobo lwe-Cocoa Butter
(R19) kanye ne-ZAMBUK (R5)
, uma sekukonke kubiza R24


Related Posts

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *