Sub Categories

Ngicele usizo lwakho nje, wavuma. Manje wena wenza engathi ngithe enza izimanga ezenziwa uJesu waseNazareth ebhayibhelini.



Sengathi manje kungafika isifo 🌪esizophoqa ukuthi umuntu nomuntu ahlale nobaba wengane yakhe🤣🤣🤣

Haiy haiy haiy, indaba yomuntu obhosha into ehlula ngisho IAirfreshner.Kugoloze nempukane inikine ikhanda lize linqamuke


Ladies, stop asking a guy if unayo yini intombi. If you love him, join the queue.The winner will be announced eventually🗣️🗣️😋😂


Kuyiqiniso ukuthi ukuba iShangane is a disease.
Uqala umncane uyiShangane ukhule ube iVenda.
After tht ube iNigerian.


Niyizwile lendaba yokuthi:Ngisho ningawadweba kanjani amashiya…nize nifane nOPOPAYI, abakwa Ngcobo kuphela abanamashiya amahle.