Sub Categories

Uzitshele ukuthi uthole umaqondana someone who will make life more easier.Kanti ulande iPrimus Stove.Uthi usafake iPricker🍆 igqamuka one way la endlini lento.Iyapoka



Iyeke Lento yakho yokuba broke uze utshele abantu ukuthi awusaphuzi.Kanti iphakethi linembobo.Uxakwe nawoMashonisa.

Uzwe umuntu ethi akahlangani yena namadimoni, akayidli nje ingulube.
Kodwa mayese Restaurant ubiza o- beacon an eggs alandelise nge plate lama Ribs.


Umuntu kuthiwe uzoba isikhulumi emngxwabeni Abe busy nokuminyana notshwala, athi ubamba isibindi.Mase efika kwiMic uyachiphiza, ateteme aze ahayize kanti udakiwe.

Uzoyibonake I ANC necorruption.Abanye bethu ngeke bawathole lamathuna ⚰️🤨


U call it dating lento yomuntu who doesn’t answer ur calls onga return ama sms ..aphinde asenda ama sms’s afone makuthanda yena.
Haiybo udoti low shiya.


Kazi ubani owathi uma lina kubanda kumele kwenziwe umkhuba,Pls col bonanini,Pls col ukephi, Im frezing.Pls col ngiyeza.Hlala kini umbathe,akanangubo yini loh?

Ukhuhle amabhentshi esbhedlela kugcine sekuyiwona ayisifo kunalesi esikuphethe.