Sub Categories

Haa, laze lalikhulu ikhala lalengane engiyibona la,
ngathi kuvele kwafingqwa inqindi 🤛👊



Nu 10 endlini kini kukhona one bread uyafika wena uzothatha ama slices awu 6.Ngyababona laba abanye..Uchazani,?kahle kahle uthini esinkweni? Why vele?🙄🤔

Uxakwe into uphiswe into ongakaze wayibona.Lapho uthi uyangena kwi public toilet ufice isimo kwi seat esiqeda ukuphiswa

Uyayazi le pain yokuhlangana nekhansela ungaphethe ngisho imvubu lee.


Sisi wami ngenye imini ziyongena zilandelana kanje kini 🐄🐂🐄🐃 zizodla ummbila wakini, ngoba angazi anibiyi ngani


Uyazi ukuthi umthakathi akayisweli into azokujaha ngayo. Ngokuthi nje awukho upelepele🌶️ kusayimbali🌺, Sengonile.Sengizwa kuthiwa awumbiwa ndawonye.Ngopelepele??🤷‍♂️

Sesidlile iStripper?
Bebuza intombi yakho ibambelele ngensimbi yeTende🤪🤪