Sub Categories

Angeke uthi gulukudu nje ngigeza mase uthi sori.Ungahlanyi la wena.
Haiybo ungangdakelwa la, Khumula nami ngibone



Maka boy sekwenzeke iphutha ngithi ngisenda R500 for izinto zikaboy zokuthi aye eskoleni kwavele kwasendeka R5000 ngicela ungibuyisela R4500 please. Reply as umah ka boy

Sengiquleke kathathu emva kokukhokha ischool fees sezingane😒😒


Awuna matric + awusonti

Bakuhlule bobabili oMalusi….. πŸ™„πŸ™„πŸ™„


Nkosi, siyathandaza siyi SA siphoxekile. Umthathile u Desmond Tutu engahluphanga ngalutho, akavalanga izwe, akalethanga masosha akazange futhi asifaka amasfonyo. Awuthathanga ngisho oyedwa onempumulo enkulu. Sicela ungagcini ukuthatha, ubuye uthathe strong wonke umuntu onempumulo kungenzeka kulowomzuzu, usathatha laba abanezimpumulo kuthatheke nalo esingamfuni. Nkosi izwa umthandazo wethu.


Udakwe nendoda yakho🍻
Uyizwe ithi”ubongzamela umuntu oryt phela”πŸ˜«πŸ˜­πŸ˜ΉπŸ’”

Sometimes ukusebenza estolo uyadeleleka. Nangu omunye uzongbuza ngokudla kwezinja ukuthi “YIKUPHI OKUMNANDI ?”. Nali ibhadi lami 😑😑😑