Sub Categories

Angithi sonke ngo3am siyadla noma kwenziwa mina isthuphethu.



Umumtu ulokhu ethi simnandi iSqwaqwa, ngiyaxakeka ukhuluma ngani. Kanti usho iSgwaqane engangimphakele sona sibuya kubo eChipolopolo (Zambia) ngivakashile.

Musani ukusfonela after 20h00,,,sishadile bandla.
si-married
si-wedding
si-lililili.💍
Kikiki kwakuhle kwethu.


“Ayichithwe lenkukhu, awekho lamanzi.
Kahle hle lodoti uzowufundisa izingane zethu.
Uma wafika ngengwenya🐊,
usungakwetela ubambe egodukayo.

Naku kudlula iPhara lidayisa ngama pampers, ngithi asinayo ingane encane la ekhaya. Lithi lizoyiletha ntambama


Ngala ujabulela ukuthi iboyfrnd yakho iyakubheja,ngala uyaguga lutho amalobolo.


Umuntu avele aqhamuke angitshele ukuthi yena unguNebuchadnezzar umProphet ongabonwayo. Kulowomzuzu ngikhuluma naye ngimbona ngamehlo enyama. Uthe eqala nje ethi 2 – 4 – 2 – 91, ngathi akangixolele angihlangani noNebuchadnezzar ongabonwayo.

Uma nje nkosi yami ngingazitholela intombi eythandayo, esebenzayo. Futhi ezihloniphayo. Angiyifuneli izinto eziningi bakwethu, ngifuna nje ukuyiququda, nami Kade kwasa bengiququda. Nami ngifuna ukuyiququda nginga phazanyiswa muntu.