Sub Categories

Awusho usakhona lomuntu owawuthi kuye:Love never dies, dies by mistake… Mistake by people. People who are jealous… Jealous of us. Ngoba nina.



Kanti into entsha yini, uqala ukuzibona ukuthi umumbi wakhala. Usuzwa ngabantu uyatetema usuyakhala manje. Awubuthwele ubunzima wena ngoba awuziboni njalo. Abantu abakubukayo kuphela abathwele ubunzima. Usungaze uqashe izinkabi, abantu bafele ukuthi umumbi. Bonke labantu abathi umumbi abanamali banezinhliziyo ezimbi futhi. Kuncono wena unokodwa ngoba unemali.

If uke waphinda wangifebela ngizothatha iskele ngisuse amasende nezinza ngiwalahle phezu kwendlu ngenze umqwayiba.


Angaba khona ama dessert bt heiy uJelly ngisho ungenziwa ubani nini uyaqala noma akaqali unento yawo nje. I don’t knw noma ilokunyakaza kwawo engathi it’s someone trying to scare u. Umnandi Jelly, ngiyakuthanda futhi.

Mawuzongibukela kude ngimuhle kodwa meke wasondela eduze, haiy indaba yakho ke leyo.


Haiy bengithi yimi kuphela omubi kanje,
kodwa today ngibone umuntu omubi engathi u actor kwi advert yogogo.


Wake wajola nomuntu ophathwa ikhanda. Obona kahle nje ukuthi kade lamqala and alikazukumyeka ngoba naku kukhona wena. Uyabona futhi ukuthi usezame yonke inhlobo yephilisi, imijovo, izihlungu obaba abathize abalaphayo nogogo abathize abandizayo. Uthole ukuthi ngo 07h00 urite Kumnandi ngabo 07h15 hau liqale phansi ikhanda.

Ba busy bakubiza Bra Don eGoli kanti igama lakho langempela eKZN emakhaya, uDonkey. You demelize. πŸ˜€πŸ˜€πŸ˜€