Sub Categories

Ufike nepiki emngcwabeni kanti sebembe ngeTLB🍆. Haiybo, aningizwa nina.



Yenzani iTV kubantu abashadile ekamelweni. Cos kumele engabe kuphela amacala bajola 9/9.iTV eyalabo memomkhu abalahlekelwa abakhwenyana, ingekho nabo into abangayenza. Ingakho sebajola noZalo abanye bashada ne Generations:The Legacy.

Lento ifana nokuthi uthi uphuma ebathroom kade ugeza, kodwa uthole ukuthi kunempukane nje, ekulandelayo. Kanjani ukade ugeza? Kusho kukhona ekuzwayo .


Asakhona lamantombazane asadlisa i team. Umuntu mayeshelwa athi “I have a boyfriend”


Njengoba ubusy wehla wenyuka ujola nabantu abanemali, mase bengasenayo wena 👉uzojola nobani.


Uyabazi ubuhlungu bokubona umakhwapheni womzali wakho. Nokwazi ukuthi uyena oyimbangela yokungabi rite kwesimo ekhaya. Uma ucabanga ngizomenzani ngoba sengiyamazi. 😭😭

Kulaba abalele nga two ngithi nje
Hliphiza Nkosi yami
Hliphiza mesiya ongcwele
Hliphiza Jehova sebawoti
😒😩🙄🤣🤣