Sub Categories

Khona ungqimu osi odele amakhaza awrong this year, akuwona amakhaza aseKZN lawa. No, ngyaphika.

It’s far too damn cold!



EThekwini kwelika Banana
Lamontville kweleRice
EMlazi kwelika Fish
KwaMakhutha kwelika Pende
🤣🤣🤣🤣

Akuve kumnandi ukuba isibonelo esihle.Kunokuba kuhlezi kwalokhu kukhuzwana nawe ufathuza njee. You.. Mfathuzeni.

Kanti lento kaZuma isize yafika la Endlini? 🤔Sebevele bashis’i papa🤷‍♀️


Bangani bami, ake ningisize ningicebise la. Ngingavimba ngani ukuchiphiza izinyembezi njalo mangiqoba u onions. Sengizame izinto eziningi akukho okulungayo, meke nje ngaqala ngivele ngiteteme engathi ngiyingane izwa imoto ya-ice cream idlula ngomgwaqo. .

Kunabantu okuthi buvaliwe utshwala kodwa akhulume engathi udakiwe. Kube lula nje athi”Make effort to report emzebenzini, uzame an alternative mode of transport ukuza emsebenzini. Ngathi nestimela sisaba ukugijima kujantshi ehlathini, uthi mina ngenze njani?


Mina mangiposter ama status, ngisuke ngingakhulumi nawe.
Uwena onezinkinga ezifana nama status ami.


Umuntu akubize nge toolbox engenamathuluzi. Yena ahlulwe ukunginika the necessary tools and see ke ukuthi uzokwenzani ngawo. Haiy, aningizwa nina.

Uyafisa ukukhuluma naye ngoba uyamkhumbula. Kodwa manje awazi unobani, wenzani noma unaso yini isikhathi sakho lapho ekhona.