Sub Categories

👶Baba une phone call
🧔Ubani?
👶USbongile
🧔Mfana wam, omunye okhuluma kuze kushone ilanga ngizomfonela late Mangithola ithuba.



U-over 40yrs kodwa udlala amakhaza, awunawo uJazi.
Kusobala wena awukaze walobola. Awunawo ujazi pho, kubanda kanje?

Mase kuthiwa indaba yababili ayingenwa. Kodwa bona laba ababili sebeyitshele umphakathi wonke. Nidlala ngathi nina.

Kuyiqiniso kangakanani ukuthi marriage that last is the combination of two types of people, one boring and one crazy.


Iwoman on top eyani vele, cos awukaze wabona umgodi ugumba ipiki. Umuzwe omunye ethi baby it’s my turn now. Wake walibona ikhekhe lisika ummese.

Ukulobola umuntu o-over 40years, kufana nokuthenga inews paper ntambama. Abantu abaningi basuke sebelifundile lelophepha.


Wena ungacabanga ukuthi ngizihlalele lana. Kanti chaa, ngisinekile nje.


Awucabange nje kuzokhuluma uRamaphosa avele athi Lahla isifonyo usishise ma uthanda” . iCovid iphelile”

Nihambile nabantu nize emngcwabeni,sebefikile ekuhambeni abantu, into yokuqala nje abayibuzayo amajoyinti endawo. Abantu bezinkamba zikaFaro.