Sub Categories

Mawungidinga uyangithola. Kodwa wena mangikudinga uhlezi upheka. Decide ukuthi uyajola noma ufuna ukuba uChef.



Shela, uqonywe. Ungazitsheli ukuthi uyathandwa ungazange waziswe.Uthini manje uZwe? Ungabozipha nje INTOMBI.
Yeka ukuqhaksa amantombazana mfana. Ngoba uzomelwa inhliziyo.


Haiybo, ayikho intombazane eqeda u 4 slice,nibhema insangu nina.


Ngisho ungazijolela nenhlabathi.
Ungababona sebeyithutha ngamabhala.🤣🤣🤣🤣
Heiy ngoba nina, anina peace. 🤣🤣


Lobhuti engibambisene naye kwezothando uthi amabhulukwe akhe ayancipha 🤣🤣 ngimchazele noma nizongichazelela yena 🤣

Why wena njalo mawuhlukana nomuntu umbeke izici ongazange wazibona usamshela.