Sub Categories

Lento yomthembiso engathi ihamba nomona. Why du u propose, uze uthembise ukhiphe ama rings wazi kahle ukuthi u won’t keep ur promises. Usazoqhubeka ushele uphule ingane yabantu inhliziyo. Yabona wena… πŸ‘‰



Ngithi mina kusasa ekseni ngo09h00 ngyamPoster umuntu wam alibhubhe melibhubha ngikhathele πŸ˜œπŸ˜œπŸ˜œπŸ˜œπŸ€£πŸ€£πŸ€£πŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒπŸ’ƒ
Ngcela nibeReady ezweni….

Wena nomkakho niyagula. Angazi ubani owathelela omunye noma uyena owasuka nakho kubo. Kodwa engikwaziyo nigula ukugula okufanayo. Anive ningasigcini isikhathi.

Uthe Uzofika la kimi ngo 08h00, u busy ukopana namakhala la ukhona.


Abantu bazi kahle ukuthi asikho isidumbu noma igazi elake lakhishwa iselesele. Kodwa ngendlela abalisa ngakhona. Umuntu ancamele ukuyolala kamakhelwane azi kahle ukuthi banemfene.

Ungazitshela ukuthi ama Gold Diggers asemadolobheni kuphela kanti agcwele yonke indawo. Uthi usemakhaya uthole intombazane ezokubuza ukuthi unawo yini umhlaba nemfuyo.


Ngaze ngamilwa ithumba endaweni ewrong kumakhaza nakanje😭😭😭


Wena ubusy utshela abantu ukuthi ufana nami.
Ufana nami kanjani, ungakaze ungibone ngidakwa utshwala ngikipitile?

Wake wajola no Simon kaJohn😍πŸ₯°. Into ehlezi ikubuza ukuthi”uyangithanda nah? ❀️?

Bese kuba intombazane engayfaki I make-up.
Engayigqoki ne weave. Umuhle wena Darl, uyezwa. ❀️😍🀞