Sub Categories

Ukuze ube nokuthula, ivumele le eyokuthi uthi hlukanani. Nt tht uya understander lento ayishoyo. For the sake yokuthi umthanda kakhulu, Ukuze ungahlukumezeki wena onenhliziyo esamthanda. Vumela lomhlola wamahlukana awushoyo cos kusho kona vele akasekho kuwena. If uqhubeka ngenkani u’ll get hurt kakhulu futhi.So if ethi I ran out of it. Nawe enza njalo, just let it go.



Uma ufika neBolt eBolt and Nut shop, ucele usize olingana nalelo oliphethe, if ungawutholi bathi “sori sir we’ll have to order for u, we’re out of stock. Uthini uZwe? Hlukana nokuba busy ufunana nomkhulisa nduku ngoba ufuna ukungena kuyo yonke imihosha nemihoshanyana engalingene nawe.Malingekho 🍆 alikho Wait for ur turn ur size is coming.

Wena kuzomele kutholakala umuntu ozokuvulela icala.
Kumele uboshwe ngendlela onamanga ngakhona.


Indlela odakwa ngakhona ususaba ngisho ukuzibuka kwi Mirror.
If bekukhombisa ur photos uzibuzela wena ukuthi ubani lo.

If uyisangoma ungenayo I foundation kaNkulunkulu,
kusho ukuthi uzosiqeda phela. Uyazi uzosithakatha wena.


Wake waba nomngani oyisilima totally, into evele kuthi kungonakele lutho isuzele isandla mase iqhamuka isifumbethe ithi nuka laaa.


Basebenza ngenye Indlela labobaba. Uyazi ukuthi ama Phoyisa asedidekile ngempela kwawona. Afike kwi scene abuze kwenzekeni, nichaze nisho nokuthi animazi umuntu owenza lento. Aphinde abuze “akekho umuntu enimsolayo”?, nilisho igama. Ekugcineni anibuze ukuthi ninabo yini ubufakazi. Kanti ubani othi asisho esimsolayo. Ubufakazi futhi??

Sizixoxela Kumnandi akekho oxabene nomunye. Uvele uyangithuka ungibiza ngama simba kamah. Yabona wena mawuqhubeka nokuba seduze kwami sogcina sibambene nawe inkosi impela. Uyosindela kona nje ukuthi uyagula.

Lento yakho yokungalubambi ucingo,
buka manje usushwebe ipunane.