Sub Categories

Angisalwanga kanje ngiphupha amaphara entshontsha uMhlaka 1 June 2020 😢😢



Yabona umuntu meke wathi”Dn’t worry.Your secret is safe with me.Umaluma ephephetha wenja lowo.Mayehlala emakhaya igcwele uzintaba, uma eseLoxion unyile nyi.Ngithi NYI!!

Uthanda kabi ukuphila izimpilo zabanye zabantu.Izolo ubu Tom namhlanje uDick ksasa suwu Harry.Hlukana nokuzenza into ongeyona, doti.

Uba nomona uze ufise ukukhala.Ngokuhalela nje izinto zabantu.Wait for ur turn.✋


Angyazike ke leeh.uDolly no Cyntha baqale istokofela😂 ukuze bakhokhele inkabi ezobulala uSophie.


Adakwe uMakoti💃 🍷emncimbini.Abambe uBabezala ekhanda, ambuze:”Usudlile wena mpandlana?”👴🏾


God gave u ishiya elihle wena uyalicwecwa njenge zambane.Ulidweba esiphongweni.Buka manje uwu Minnie usufana nekati.

Nase Durban sicela iMall of Africa.Uma ingekho indawo nisuse noma iLamontville🙏