Sub Categories

Uyazi ukuthi wena usangana ngempela. Ukwenza kanjani ukuthi uthi uhlala kini…kodwa ucele kwi boyfriend yakho ukuya ePartini.



Uyazi I’m worried. Imagine sleeping with a senior citizen, a pension payout beneficiary.Ngoba ngithi ngifuna ukuba NEMALI ENINGI, UGogie pho!!!

Kuvele kudabukise kanjani nje ukubona intombazane ewu 2 slice idansela uJohn vuligate. Kona mase ithi”nasi istokwe”, kuvele kube engathi u mosquito usuncela igazi.

If u were named Mbali, there’s no need for iPhotoshop. Awubadingi bonke labo pende abayisidina.Maskscara and foundation makeup. Kwabonakala ubuhle uzalwa wena. Haiy, umuhle ngempela Mbali.πŸ’


UHulumeni waKwaZulu udlula bonke abake baba khona. Awuzange wasenzela phansi kanje. ISIVAKASHI SISUTHA UKUDLULA WENA, SIZE SISHAYE NOMTHETHO, Kini.

I English ifuna engathi ungalokhu uthi “Yes, Yes, Yes” Wathi “No” bazothi Why? ”
Haiy ke, lapho usuyi susile.


Kulezindlela ezowo short cart Uze uncamele ukujikeleza, ngoba phela uVeza uvele wabanjwa isisu wavimba Ndenqwaba yamasimba endleleni. Labobaba abangenaso isithunzi, Abahamba bebhosha yonke indawo le


Imoto mayinotepe Iya kwi alignment, if kuwumuntu uvele udabuke nje uze umfisele ukuthi abe ugandaganda okuncono ngoba akana option.

Ngeke ndiphinde ndijole ku Facebook 😒😒😒😒😒neverπŸ’”πŸ’”πŸ’”

Ngahlangana nomunye ubhuti kwenye yama group alana ku Facebook, Wangibhalela eceleni ku inbox ngagcina sengimnike ne number sesifonelana.

Sihambile iskhathi simane sixoxa sagcina sesijola ai kwabamnandi kakhulu futhi bekengekho umuntu ohlupha omunye πŸ€·β€β™‚οΈ

Lobhuti uhlala eMzinkulu mina ngihlala eXobho .zihambile inyanga sizijolela naye sifounelana njalo kumnandi nje kwethu,ngenye imini wangibuza kuthi ngineminyaka engakanani ngamtshela yooo wavele wathuka

So ize sixoxa ke ngambuza ukuthi yini ngathi uyamothusa indaba yeminyaka yam whathi ngimncane kakhulu cz ungishiya ngo 20 years kodwa ngenxa yokuthi besesijwayelene and akabonakali ukuthi umdala savele saqhuba sashaya ngathi asboni.

Last week sixoxile sazama ukuhlela usuku esizobonana ngalo then sagcina ngelithi sizobonana kule weekend so wathi uzofika Friday.

Ngempela ufikile Friday wangifounela ethi asihlangane e town ngagibela ngasuka shwiii ngafika town yoooo sabonana wangigxumela ubhuti wangibamba ejabulile lapho usulekeni wangicabuza ngabona abantu besibuka😏

Sahamba sayothenga into esizoyidla endlini ei lapho sengijaheni vele ai sathenga sangena emotweni saya endlini

Sithe nje siqeda ngena ndlini ngabuyisa iscabha saqala sabambana yooo sacabuzana lapho asisakwazi nokuzibamba

Eish yaz siyangibambezela isizulu ncono ngiyisheshise lenkulumo ngesi Venda.

Nde vha zwi funa naa vha nyakwita,
Ndi amba vha ndevhe dza❀ mapangu
Ndi nne muvenda nga vala,
Ndi nne muvenda nga luambo,😘

Hune nda kanda hu sala gadiso,
Line la talusa nneπŸ‘… kha vhothe,
La talusa leri nandi haa,
Ndi nnyi muvenda mu bikwa na iveπŸ‘…πŸ‘

Leri ndi ene nne mutuka
Leri ndi nnyi 😝Munna murema,
Ene asa sa swi nga vhuswa,
Le ndi😭 nnyi Munna wa mmvi thumbuni,

Ndi nnyi ngalaha mavhongwe,πŸ™„
Li no dzhena khimbali nga nayo,
Phindulo ya ri ndi Ene muvenda,
Muvenda mubikwa na ive la vhibva.😒

Ai kunzima ngempela πŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”

uJesu wafela izono zethu, thina sifela amaChina. Kuzomele sifakwe nathi eBhayibhelini.
KwaBase-South Africa.