Sub Categories

Syayibona le khompy yakho yokuthi ubukwi maternity leave ja good.Kuphinde Kube ile yokuthi kade uhlezi endlini ukhothwa omaMlambo great.Yabonake kukhona le.. yabona le khompy engathi inkukhu enokhuphe.Le khompy esolisayo yokuzakhela, awazi noma bekade udlala ngoFlour noma uvuke emakhazeni ,uyathusa.



Nyweee Nywee, mina ngiyalishaya ibhodwe.
Kodwa ushubisa ucurry wechicken nge thini likaFish.
Khohlisa abangazi.

Ukuthi unezingane wena uzele akusho ukuthi uyakwazi ukwenza isex. Uyakhohlwa ukuthi akuthathanga mizuzu mingaki ukuthi inkukhu ibeke iqanda.

Ngendlela umsebenzi ongekho ngakhona la eSouth Africa.
Nakho ukuyochutha izinkukhu eKFC nge Diploma yami ngingakuncamela.


Lokuzishadisa kwenu abazali benu bengatholanga lutho ngani,
akuve kuyinkinga ngoba anive nizohlupha mase nidlulile emhlabeni.

I ningi labantu besifazane alifuni ukungena emshadweni ngoba abakwazi ukupheka. Sengiyabona manje why no Dolly wabuya emendweni ngoba uMandla wayedla ushatini onesobho.


Haiy haiy haiy, Yabonake manje kudlaliwe ngathi.
Nezangoma sezihlola Online?


Ngilalele izindaba: Kuthiwa engozini ebingaphansi kwe bridge phakathi kweTaxi neTruck yomoba, kuthiwa kulimale abantu ababili nempondo elilodwa.

Ave iyisicefe lento yakho yokuzibona ukuthi ukhule ukudlula abantu abadala nabazali bakho ngoba naku wena uzala kakhulu. (Hlonipha baby train)