Sub Categories

Emhlabeni wonke jikelele.Heiy..
akekho umuntu onenkani ukudlula impohlwa.



Lento yokungabi noWife iyabheda. Ucabange wedwa ugcine uhluleka,
kungene umqondo wempohlwa lo onenkani ongaphikiswa.
Ngoba ungekho umqondo wesibili.

Umsindo okamakhelwane usisi wakhona uZandile obondlayo ufuna basebenzise isbongo sendoda yakhe.


Izolo emva kokusukumiswa kukaGumede nenkondlo emngcwabeni, wezwakala ethi,
” Kufa wingq…..za !!!
Akazange ayiqede kwayileyo nkondlo yakhe wahlaliswa phanzi.

Ukhala ngokuthi umthukile Uma ethi unuka njengama sokisi eSecurity.Anuka kanjani vele,wena oseduze kwalo.


Engathi kuzomele siyoxolisa kuGogo kaLihle ngoba lokhu umuntu amhleka, izinto aziphindange zalunga.


Yeyi maan,beningasiyeki ngani sbulalane,
kusho uDlamini bemlamulela kade ekinywa umakhwapheni esekweqe namehlo.