Sub Categories

Washo ke ukuthi uzobanyisa ngomhlaka 1 Jan wakhohlwa umaRamaRama, uRamaphosa madoda wazokunyisa nyiiii.



Gogo in a taxi from JHB to DBN acele udriver amtshele uma esese PMB, an hour later amkhumbuze futhi, athi udriver “ngikuzwile gogo ngizokwazisa…” akhohlwe udriver aze ayofika eMarianhill etollgate, athi ugogo “ungakhokwa njalo driver ePMB” abambe ikhanda udriver ajike nabagibeli ayinyathele ephinda ePMB – abagibeli bayavungama ulaka, sebefikile athi “gogo sesifikile ePMB” athi ugogo “ngiyabongake kuthiwe ngiphuze amaphilisi ami uma sesise PMB sesingaqhubekake nohambo vele ngiya eDBN!”

Doctor: 👨‍⚕️Udleni?
Zanele:🙍‍♀️ngidle ama prawns, calamari and oysters.
Doctor: 👨‍⚕️this is not Facebook ngizokuyeka ufe mina. Udleni?
Zanele:🙍‍♀️ngidle uphuthu nenyoni


Bathi ikorobela awusavele udliswe Yona nje, usuzitholele Wena yona Ku oven🍎


Ngino R400 kushoda Malini kuze ngithenge le fone oyphathayo???


Ngihlezi eduze kukaBongumusa, yazi usaphuze 2-3 nyana wasukuma ethi uyochama wawa, Manje bathi laba akahambe ayolala ngoba usedakwe kakhulu, wathi uyachaza ukuthi uwe ngephutha, bathi akabuyeke buyamdelelisa njengoba ephikisana nabo. Usedakiwe akaye kolala.

Wena awuve ukuthanda okuza ngakuwe, nje ngoba usebenzisa amandla abanye abantwana. Nabo balambe esiswini. Yeka ukuba selfish.

Hau ishwa phela leli, noma ngithi ibhadi elikhethelwe mina nje today.Haiybo….kanti uJanuary unjani, kusawukweyisa noma ukuxakeka lokhu, nangu umfana ezongidayisela ikati.Ngithi ngiyabonga bhuti wami,asinawo amagundwane layikhaya, uthi “pls lithathe ngizowaletha ntambama….”amagundwane”….