Sub Categories

Yaah..Yabona-ke today, ur gorgeous.Zonke izikhathi uke ugqoke engathi ilabo mama abadlala uMshayina.Abahlezi behlangahlangene



Ngiyakubona njalo”
Kusho uMthethwa engenaso isibhamu ezwa izigi emnyango, esaba nokuphuma.


I-Pain Yokujola Nomuntu Onomuntu Wakhe๐Ÿ’” SebeyoPostana Ke Bengakucabangeli Ukuthi Uphatheka Kabi kanjani.


Ukuze ube nokuthula emoyeni, awubadingi abantu noma abangani abangakwenzi ukuthembeka empilweni yakho.


Kungene umfana omncane etoilet, Mase phuma kunuke engathi bekungene labobana abasebenza kaSAB breweries abehlisa ukudla nge Castle Milk Stout.

Wake watshelwa umuntu ukuthi umumbi ehlangana nawe, angaxolisi nokuthi athi ngiyadlala avele akushiye kanjalo ahambe. Uhambe uzibuza ukuthi umumbi ngempela, mawumumbi ububi bakho benzeni kubani?

Usuke udakwe ngempela mawuzofika KwaMakhutha ungena eDot Car Wash uthi ucela I six pack kuMzobe, akubuze ukuthi yani uthi: yamaqanda …