Sub Categories

John vuligate ifuna engathi ungaba neAss nyana ngoba asikwazi ukudunuselwa uBhajane



Kwakuyimvuselelo yamadoda ashadile.
Wase ethi umfundisi: onke amadoda mawathumele iSMS ebhalwe ukuthi “I LOVE YOU SWEETHEART” kubantu bes’fazane abashade nabo …

Nazi ke izimpendulo ezabuya …

1. iiihhheee engabe umuntu ugezephi namuhla.
2. usumithise bani ke futhi??? ngeke ngikuxolele doti!
3. usuphinde waboleka imali kumashonisa futhi?
4. uzoke ung’chazele kahle ukuthi leSMS ubuthi uy’thumela kubani swayini.
5. kade ngathi yeka utshwala, buka manje seb’yak’hlanyisa, nxa!
6. uyaz’ncengela masimba. Ngeke us’nuke iskoon.
7. khohlwa, not this time! uzoyondla wedwa leyongane lwabishi …

Nisho ukuthi sengibheda ngaleyondlela yokuthi mangiqhamuka nivele nihleke ngingakasho lutho.Noma seku yimina imfene vele.

Kodwa ungibulale lani ngensini.Yazi kade ngidla istambu esino bhontshisi oyinqwaba kabi, yazi ngizosuza


UDlamini udinwe: elokhu ezwa kuthiwa Sel-B, Sel Beyonce engathi kubatshazwa isungqazu saphesheya.Kanti kuzoqhamuka isihlama senja esinama s🍆

Umuntu avule isonto ngoba efuna ukuba umfundisi engenaye umfazi.Ucabanga ukuthi uzoculelwa ubani ama chorus.Abethu???


Ubuze isikhathi etaxini bakubonise iskhathi ephonini …
nangu umuntu wakho kwi wallpaper
😂😂😂😂😂


I Kaizer Chiefs ukube iyalifaka i-penty ngabe seliyi G-string,
ukudonswa i-Sundowns ka left i-Pirate ka right..

Kuyashisa manje.Ntambama kuzobuya lezulu eliduma uze ucabange ukuthi….kambe uxabene nobani osebenzisa amakhambi.

Uxakwe intombazane ezokubuza ukuthi unayo yini imoto noma umuzi. Ubalekele emakhaya uthole ezothi unawo yini umhlaba nemfuyo. Damm Gold Diggers