Sub Categories

I Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto. Uwu Bab’ Doti.



Weekend yonke ubangela ifamily yakho umsindo ngoMbhaqanga noMaskandi. Izingane ma zidlala amaPiano ngoMonday zibuya eskoleni uthi:”FUSEK ayehle leyonto.Uwu Bab’doti.

Ohk…uphezu kwani vele. What are you on top of?
Eiy Zodwa iyiphi ilanguage oncono kuyona. Awukhuzeki wena.


Yazi ngifuna ukuyeka insangu
Bese ngqala I business
Ley mbuzi zamaqanda


Lento yakho yokuthi wonke umathandana ongena kuwona ufuna ukuba u mam.Awuke ungene ngegiya eliphezulu nje ufike ube iPrincipal.


Uzolokhu uzwa kuthiwa Sel Beyonce engathi kuzoqhamuka isungqazu saphesheya.Kanti kuzoqhamuka isihlama senja esinamasende.

Umuntu ashaye igirl friend yami ngempama aqede azobuzamina ukuthi nginenkinga yini.
Haiybo! Ngingenaphi mina?

Ubani umthakathi wangakini? Angizwani namagwala mina🤔phendulani🤣🤣