Sub Categories

Weeeheee,Ngathi amantombazane ekwazi ukucheatela amasosha izinja ezigada icountry.Bewuyinike wena nezibuko zamehlo.



Nibe nesilingo somuntu ekhaya:,Esihamba singasho, nokuthi siyaphi.
Kuphele izinyanga nonyaka.Abuye engathi akukaze kwenzeke lutho.

Ngithe umcimbi ungo13h00 la kuzophuma khona izithebe.
Ngizosi thathaphi esakho njengoba ufika ngo 17h00.


i-ABSA Cup ikhombisile ukuthi ayiyona ifood parcel…If ungangikholwa buza iKaizer Chiefs yona ebizitshela ukuthi izovele inikwe ngoba iphezulu.


Uzwe umahlalela ethi:”babe ngifuna wena kuphela”Haiybo ndoda, umsebenzi wona?🥱🤚🏾


Uthi udlula ngase KFC nendoda yakho yaseMzimkulu uyizwe ithi “engath bengasbiza basiphe izikhumba 😋”🤣🤣

Ukuzwe kumnandi kanjani ukuthandana nomuntu oneqiniso nenhlonipho,
ngathi ungabiza iEx yakho uthi: nayi into engangiyidinga Doti.