Sub Categories

Yazi umuntu uhlezi esixoxela ngengane yakhe engathi uzele yedwa. Ingane yami this.Ingane yami tht.Lento enamakhala engathi ifutha ibhelunde.



Usho ukuthi njengoba ujola nesangoma unukelwa impepho 24/7. M sure whn ur doing it kugcwala amafu yonke indlu le. Uthwele kanzima phela.wena.

Nginokucabanga nje ukuthi yayingathini inkosi uShaka Zulu kaMageba ezwa ukuthi amadoda acashe ezindlini, acashele umkhuhlane
☝️🤔😏

Sam: I love you♥️

Marry: Unayo imoto🚗?

Sam: Wangibuza imoto ipunane yakho ino N2 yini🚧


DID YOU KNOW: Ukupheka curry wakho wenkukhu uwushubise ngethini lama baked beans / fish, kungakumoshela umendo wakho

Yakhala iphone kaSisi eTaxini

Wathi ‘babe ngiya emsebenzini sokhuluma late’

Yaphinda yakhala futhi wathi’Babe nguya ekhaya eMgungundlovu emngcwabeni sizokhuluma Monday”

Yabelesela iphone futhi, wathi “Babe wam’ sengizokwehla wena ukephi”?

Lakhala ikhehla eback seat” Woooo, kanti iyaphi le Taxi webagibeli.


Kuthiwa kuzovulwa utshwala
kodwa manje kukhona asebeshefa amakuku🍑🙄🥱✋


I CORONA engabe iyasho nje ukuthi ifuna abantu abangaki, siyinike obaba bezingane abangazondli