Sub Categories

Kukhona abantu abakhuluma kakhulu sengathi baginya iradio enamabattery amasha noma bagwinyimpempe, kahleni bakwethu



Ngabe yiqiniso ukuthi uma umama wakho engu nurse u kulalisa ngenjeksheni aphinde akuvuse ngayo?mayengumthakathi ke ukwenzenjani 😂😁😂

Waxabana umfundi nothisha ekilasini wacasuka uthisha, uyathetha umfana uyanyenyeza uthi”hee awuzwe ungathi yistori” insizwa esasikhula nazo lezo madoda

Celukubuza kuyicala yini ukubuza impilo kumuntu emva kokubingelela? Uvele athi ngiyaphila angasakubuzi wena unjani, ngangithi kwenziwa yizingane zodwa nabadala ke sebenawo lomkhuba yashonaphi inhlonipho maZulu


wamuhle usisi ngabe ngiyamthatha inkinga igama lakhe uThembi kanti nomama uThembi, futhi kubo kunendlu yotshani njengasekhaya kusho ukuthi sizihlobo, kusho umfana esaba intombi 😁😂

Webosisi ke ngizibuzele nje ngabe kumnandi yini uku bluetick(a) umuntu,nonke niyayenza lento kazi niyazi yini kubuhlungu kanjani ukwenziwa lonto magazine ngoba avenishesha ukukhala uma kwenziwa kini


Eye indoda lokuthanda inyama kwakuhlatshiwe kamakhelwane, sidla inyama kusebusuku wahamba ugesi, sama ukudla, Hhaw wadla washeshisa ubaba lo,sizwa esekhala ngeqatha elingavuthiwe elinyakaza emlonyeni kanti ucoshe isele esithebeni ngethuka ngavele ngaphaphama


Baphi labobhuti ababesithuma esitolo bathi ushintshi ozobuya siwuthathe basipha wona kanti bayazi akukhoshintshi wabuya la akebaphinde phela sibone

woza emaDUNGENi kuyabuswa sidlamadumbe sidlinyama mawufika bokhuleka uthi Duuuunge!!!!!!! Uyophuma sibovu isisu

avengadalwa kahle avengingakwazi ukuziba umuntu uma sengifunde uwhattsap wakhe ngiphendula manje ngaphandle mawungithole ngi off line, hlambe ngithanda kakhulu izindaba, anibosho phela bafethu ngehlise akulona icala