Sub Categories

Kushukuthi ngempela uma umuntu othi owakho ahlale eposta izithakazelo ze ex yakhe ube ukhona ei amantombazane 👏



Kusho ukuthini Uma umuntu ozitshena ukuthi owakho ahlale eposta izithakazelo ze ex yakhe

Ngikwethemba impela kodwa umlomo wakho ay awuthembeki ,
into ephuma kuwo,shintsha mtakababa

Kanti mina ngolindiswa kuzekubenini ,siyahamba isikhathi,ngizodlula ngingezwa msindo emvakwami njalo


Bby ngicela ungithengela ifoun yibirthday yami ksasa, bby ngicela ipresent ivalentine ksasa kusho umntu ongakaze akunike ngisho uluthi lokuvungula lol,athwelenzima amanye amadoda ngyaktshena


Uma Ilona ngityppa kuwhattsap bear wena uyawuvala owakho khohlwa angisaqhubeki


Avekubuhlungu umzali ebalisa ngomtanakhe esemlahlile engasabuzi nempilo kodwa ekhuliswe wuye kanzima

Abazali bafike basizale basifundise ukukhuluma sikhule sibathuke basifundise ukuhamba sikhule sihambe sikhohlwe yibo, ay siynkinga bakwethu, akenazise abazali benu bakithi umuphe noma upondo nje, ibuhlungu lento eniyenza kubo

Umnyama sengathi yingane yomthakathi,usho ngemsinsila emibili,
namazinyo avelobala, savelelwa bo