Sub Categories

wemaNdaba ngidedele uzoyibona Indoda la izovuka khona ngizokwenza doti, kwasho uKiyo esemphindile unkosikazi, ungamdedela wena umuntu esesho kanje aw ngeke Mina bandla



mawuthi wenza into ezokhalisa mina khohlwa sekwaphela amabattery okukhala la kimi yenza ngizokubuka nje mina

Boyiqaphela intombazane ephatha afoni amabili iyingozi,
ayilali ivukangisho ebusuku ungazi Ixora nabani ubona ngoba incuma nje,
baleka ngempela mjita

Ungaphiki nathi thina sesasijwayela is’bhaxu akusazweli kwasho imbongolo isho ehhashini kuthiwa aligijime


Sethemba nalapho kungathembisi khona ,yithina ke labo,
bathi alibulali lona ukuba liyabulala ngabe sesabamathambo mhlophe

Qaphela la uma umuntu umthumelela umyalezo ngefoni awufunde angaphenduli akayedwa lowo muntu ukhona oseduze kwakhe amsabayo qiniso lelo


Kulonyaka ngihamba nohambayo ongahambi yasala ngikhathele manje,
so ungazibambezeli


Phela webosisi nina enigqoka amabhulukwe Niboke nibuze phela nakoshomi benu ukuba liyanifanela yini, nibuze nobuso buyavuma yini ngoba abanye sizesibabize ngoobhuti kanti oosisi,hhay kabi njalo

Savelelwa abantu besiqhoshela nokuthi bamadoda banezintshebe ,
ikati lizalwa linentshebe sholukuthi liyindoda nalo kahleni bo

Kazi ubani owabona leligciwane lecorona ukuthi alikwazi ukudlula esfonyweni, kodwa umoya ukwazi ukungena noma mhlambe kuyizixwexwe kusalela ngaphandle umoya ungene wodwa kudelowaziyo nkosimpela