Sub Categories

Ave eyinkinga umuntu ofuna uname mhla kuneme yena,kudlulele ke makuzoba owesifazane kuvele kubeyinkinga nje, ay futhi bandla!!!



Avekunzima uma ungasebenzi abantu bakuthathisa okwesilima nje, ngisho usiza awubongwa, yonke into oyenzayo ayinakwa yikho abanye bezinikela emajikini nje

akekho umuntu onyanyisa komuntu uthi usa typ uwhatsapp avele awuvale owakhe hlambe bowufuna ukusho into ebalulekile nje kuye

Nawe bayakusho abakwaziyo ulibele ukubheka mina


Yeyi maan beningasiyeki ngani sbulalane, kusho uKiyo bemlamulela kade ekinywa yinkosikazi esekweqe amehlo

Wuyekeni lomkhuba wokuthi umuntu mayenibingelela nivume sengathi anithandi noma siyanihlupha, mina umuntu owenzenjalo angiphinde ngimubingelele, ngisho ngabe ubaluleke kanjani sorry bandla


Mawunesikweletu somuntu omsabayo vele uyekubangani bakho ucele bakubulale athuyafika uzosifuna kuthiwe kade afa loyo, khona ezojala


Umuntu akuxoxele indaba abesethi ungatshenimuntu uchaza ukuthi wena unebhokisi lezindaba yini

Wathi omunye ubhuti evakashela ugal wake waqhamuka ehlezi nabangani bakhe,nengane,wathi ugal ey nasilesicefe wase eya kuye, kanti iyezwa ingane, waphinda wabbits ngenye imini ubhuti wafica ingane engekho losisi washya umlayezo enganenj, yavuma wathi uzothi uthunywe ubani yathi ingane ngizothi ngithunywe uscefe, ai sithwele nina madoda

kade ngangibona emhlatsheni madoda,
kwasho ispoki sibona esinye sibanjwe wucingo