Sub Categories

I may look normal but when i see cats i keep meowing at them until they meow me back.



Musani ukuthatha izinkinga zenu zomjolo nizihlanganise nale ngoma kaNtencane, bese nenza sengathi imnandi. ๐Ÿ˜

Umuntu athi: “Things we kiss when we’re drunk.” ๐Ÿ˜

Uma uthi uyambheka, kukhuluma yona i-thing. Ngivele ngingabe ngisazi-ke.


Bayabuya-ke abantu baseGoli nokufaka i-roll on ize ifike ezimbanjeni. ๐Ÿ˜

๏ธZiningi Izinto Ezisusa Umsindo Etekisini, Uma Ususa Impukane, Uthi Ayiye Kubani?


Girls, xolisani kulabo sisi enizibiza ngabo uma nishelwa.


Kulaba bantu abangu-3 abahlezi be-react kuma-post ami, nifuna nginithengele ini for Christmas?

Ngenkathi uMiss Universe ๐Ÿ‘‘ ethi: “Ngikhule ngidla ipapa nezinkuni.” I felt that.