Sub Categories

Mara Ni Sure Ukuthi iMedical Aid Ayi Swipe Utjwala



Akwenzeki nje untshontshe enye yama-post alapha ekhaya uyogqama ngayo kuWhatsApp status?

Ngikhumbula when I was 6 months old, ngavuka ngo 23:00 ngilambe nginya, and I cried kodwa kwathiwa ngibona imimoya nabathakathi. 😡


Kulama advert akwaKFC, ubani owake wabona bedla isobho lakhona? Noma kubhedelwa thina?

Manje ngempela ngempela ni-serious vele ngale nto yenu yobuso obu-gold?


“Ngiyezwa mf’ethu uthi yi-wrong number, ngizwa kunomsindo lapho, nikuphi? Ngicela ukuzophuza nani. Please!”


Izingane zakho Smakade, zihlulekile ukuba ne-summer body. Sezifaka ikhethenisi elimnyama phezu kwe-bikini.

Sengizibuke zonke iziqephu zalo popayi okuthiwa uBen 10, akukho nesisodwa isiqephu la ejola khona nomama abadala!

Ngamfundisa uKiss💏 Uphi manje💔😭……Sekaqabula💋 abanye ngespiliyoni sami😭😭