Sub Categories

THISHA: “Ok class! Umeleni uHIV?”

CLASS: “Asazi thisha, mhlawumbe weswele is’tuli sok’hlala!😂😂



Ng’yashadelwa njalo ngesont’el’zayo!
Ng’cela ningang’phatheli izipho kepha ning’phathele umuntu eng’zoshada naye. 😂😂

TJOOOOOO! … KUNZIMA KULOMSHAYELI:

Intokazi ephethe amabhokisi amabili e-pizza ingene etek’sini yaqonda esihlalweni esingemuva. Umshayeli wetek’si akazange ay’linde nokuthi ihlale phansi, wavele wamemeza: 🗣”Noma ungaya esihlalweni esisemuva wesisi kodwa uzowakhokhela lawo maTILES!!”… 🤔🤔