Mina ngo 67min kaMandela day nakhu engizimisele ngukukwenza:

1.Ngizolungisa indlu yegagu, kunini yanetha bakwethu?

2.Ngizosiza Izimbila njengoba zizobe zithutha I’m sure zizobe zisindwa.

3.Ngzohamba ngiyolanda lendoda eyashaya uNomathemba ngifuna ichaze yayishayelani ingane.

4.Ngizobheka leliPhela elaluma uNano eyoboleka uphondo.

5.Ngizothenga leskhathi esadliwa yinja.

6.Ngizonikeza ijuba imali yokugibela mase beyolichutha phambili,lingafiki selikhathele.

7.Ngizothengela ikati umbhede,kunini lalala eziko sekuyazwela manje.

8.Ngizobe ngipholisa amaseko.

9.Ngizonicelela ukubona uDriver wakaKhumbul’ekhaya.

10.Ngizohamba ngiyobheka lomuzi onotshwala okuhlezi kuthiwa uzokhonjwa.

11.Ngizosula utshwala obugayiwe njengoba kuthiwa buchitheka bugayiwe.

12.Ngizofuna umuntu esohlangana naye eskhaleni kwaNtombela.

13.Ngizomanzisa imbhenge ukuze abazoyikhatha bangagqilazeki ngokuyikhotha yomile.

14.Ngzohamba ngiyobheka amagwababa lapho achobanela khona.

15.Ngizohamba ngiyosiza amagwababa echobana I’m sure khona eselikhathele.

Yikho engizokwenza ngosuku lokuzalwa kukaTata Mandela.



Being a “Side Chick” is the same as being a cabbage🍈,
you don’t know whether uyisishebo or uyisalad but at the end uyazi guthi uzodliwa!!

Baby dadies will hurt you until to a level where you change your baby’s name. 😂 😂 😂
.
You will change your baby name from “Owethu to Owami”.

Ladies the same “I love you” that makes you blush and feel like you’re owning 85% of this world,
have broken so many heart’s. So take it easy, o tlogele go phapha


Public Clinics Nurse’s Will Call you by Your illnesses.
•°•
They’ll be like: “Hey Wena TB Uyaphi?”

I have Years Watching TV📺
Mara Angikase Ngibone i-Advert ye Artchaar..


Entering the taxi…..

Me: Sanibonani😀

Passanger: Ai wena hlala phansi si-late🙄

Some people yrrrrrrr


Bafethu, lento yokuba ngaphezulu idinga lamantombazane asenamabele amile mpo, sikhathele ukuvikana nezimpama✋ zophaqa pls

Ladies sometimes you have to surprise your mother-in-law and send her your nudes and be like “Bona ngwana wa hao o ja fresh jwang!!”