Whites: Pass me that ear buddy. My ears are itchy.
Blacks: Nxxx awungiphe usiba lwenkukhu lapho yazi kune ex yami engihlebayo.



Whites:ATM
Zulu’s:Mshini

Whites:washing machine
Zulu’s:Mshini

Whites:hair clipper
Zulu’s:Mshini

Whites:pencil sharpener
Zulu’s:Mashing

Whites:big car
Zulu’s:Mshini

White:Zuma
Zulu’s:Mshini

Maabsbosh

Ladies sikwi Relationship not Catering business
so umuntu makasuke kubo edlile

Selokhe kwaqa amakhaza khaza awasekho lama post
Athi amadoda yizinja


Ladies, sorry to say this…
But if you looking for a perfect man to love you, you won’t find him because he was hung on the cross many years ago.
My advice to you is “Bamba lokho okuvukile”.

Ladies indoda inikezwa uthando qhaa.
Ofuna ikhekhe umbonise istove abhake.
Singaphelelwa osisi bethu.


uINNO no Ngidi bahleli ebhasini. Kuthe kusenjalo
kwangena indoda enempandla ecwebezelayo.
Bahleka base babhansane onkabi baze basho bathi,
“Isibuko sezinyoni phela lesi!”

Athi uINNO,
“Uyazi Ngidi mina ngingayishaya leyandoda ngempama empandleni yayo
kuze kube kathathu maqeda ingangenzi lutho!”

(Aphike uNgidi athi angeke. Athi uINNO asibheje R100! Babheje)

Asukume uINNO aqonde kulendoda afike ayishaye kakhulu ekhanda bese ethi,
“Wena Spambo ulana kanti? Kunini sikufuna Lwabishi!”

Iphendule lendoda ithi,
“Angiyena uSpambo mina mfethu! Futhi angimazi nakumazi.”
Ayiphinde uINNO ayishaye kuthi Phaxa ekhanda layo bese ethi,
“Amanga wena Spambo maaan! Usuyaziphika doti?”

Idinwe lendoda igcine ikhetha ukuyohlala emuva, iyabona
ukuthi lomuntu uyayifanisa.

Ahleke uINNO bese ethi,
“Ngidi, sengiyoyishaya okokugcina manje leyampandla!”
Ashone khona uINNO afike ayishaye kakhulu ngempama
ekhanda bese ethi,
“Kanti wena Spambo ulana! Yazi sengize ngashaya
umuntu ngimfanisa nawe lapha phambili Lwabishi!!!”


ISIDINGO…..THE NEED
IMBEWU….THE SEED

YIN OKUNYE OKULANDELAYO???😂😂😂✋

INSANGU…..THE WEED