Khona abantu abangena sdingo and ngyabakhipha la bheka igama lakho
Sandile Nxele
Sizwe Dube
Asanda Mzobe
Zinhle Nxele
Sandile Mkhize
Phila Ndlovu
Spha Goba
Sanele Vilakazi
Samkelo Mhlanzi
Zama Kheswa
Zinhle Biyela
Slindile Mzolo
Buhle Dumakude
Nompilo Mvubu
Gugu Zondi
Thandeka Ngcobo
Thobile Maseko
Sthandiwe Mbhele
Sduduzo Ndlela
Buhle Zondi
Slindile Jali
.
.
.
.
.
Ja ngyabakhipha nje estokfelen abasakhokhi.



The way ngithanda umjaivo ngakhona…
_
If I hear a car hooting outside, I just grab my cooler box and head straight to it…
°° °° °°
I don’t care baya kuphi mara okusalayo angisali !!

Nongoma be like👇
:-[ Bae ngicela ungithengela i network ngifuna ukukhuluma nawe ukude😇

Yeeer fuck tup location😮😮😮😂😂😂

Bani ofuna ukuyohlala khona?


Bamba la ngsekhathi uNkulunkulu edala ilanga wayenenhloso ngalo yokuthi lizokhanyisa nsuku zonke emini,nangempela ukuze sibe nokukhanya emini ingoba ilanga lisuke likhona.
Engfuna ukubambeke nakhu ilanga alikhohlwa ukuthi lalidalelweni nsuku zonke ilanga emhlabeni liyasikhanyisela,noma kungaba namafu kodwa ilanga alikhohlwa ukuthi kufaneke liphume likhanyise,noma izulu lingaduma libe nezimvula ngeke ulibone ilanga lithi awuthi ngphindele emumva ngoba liyaduma kodwa liyaqhubeka ukusikhanyisela.

Lalelake ilanga alishintshi noma kukhona amafu amnyama esbhakabhakeni Ngeke ubone sekusebusuku emini.
Umuntu kuphela emhlabeni othi mayefikelwe izikhathin zobumnyam ezinzima bese elahla ithemba,umuntu kuphela othi uma edibana nezingqinamba empilweni bese ekhohlwa ukuthi wayedalelweni,futhi umuntu kuphela othi mayehlangana nabangani,noma nabantu abahlukahlukene emhlabeni bese ekhohlwa ukuthi kambe mina ngfunani,khumbula ngithe ukuba khona kwamafu amanyama emkhathin ngek lokho kwalenza ilanga labuyela emumva ngoba liyazi ukuthi kumele lisikhanyisele.

Mtaka baba nawe bengthanda namhlanje sengathi ungalibuka ilanga bese ucabangaka ukuthi kulobobumnyama ohlangene nabo,noma lezonyembezi,lolosizi obhekene nalo aluzanga ukuzokushabalalisa impilo yakho kodwa luzokubheka ukuthi mangabe sifike empilweni yakho ngeke ukhohlwe yini ukuthi ufunani,khumbula ngthe mina noma imvula ina,noma izulu liduma kodwa ilanga alikhohlwa ukuthi kambe emhlabeni ngangizokwenzani liyaqhubeka likhanyise.

Namhlanje ngthanda ukukhuluma nawe ulahliwe,ushonelwe abazali bakho bonke,ukhala izinyembezi umsebenzi ungawutholi,usufake ama Cv yonke indawo kodwa ungaphenduli,ngzokhuluma nawe waliwe uphoxwe umuntu obumthanda,ngzokhuluma nawe eskoleni kungacaci kahle,omakhelwane bekuhleba,bekubukela phansi,ungenayo imali yokudla,ungenamuntu ongakhalela kuye,bekuhleka,bekhombisana ngawe ngamakhanda bethi uyagula unegciwane,sebekushilo ukuthi ngeke uthole umshado kodwa namhlanje ngfuna ukuthi uthathe lesikhathi esincane bese ubuka phezulu nasemhlabeni ukuthi akukhanyi yini.Ngithe kuwe isimo noma sinjani ilanga elibhekene naso alikhohlwa ukuthi emhlabeni kumele kukhanye,nawe ngane yakwethu ungavumeli izimo ezenzeka empilweni yakho ukuth zikwenze ukhohlwe ukuthi ufunani.

Ziyashintshashintshana izimo ngaphansi kwelanga uthole kunamafu amnyama,liduma,lina kodwa lona lilokhu likhanyisile…. nawe noma zingashintshana izimo phezu kwalowo mzimba wakho ungakhohlwa ukuthi yini Ofuna ukuyizuza empilweni

RIP Mama uWinnie Madikizela Mandela!!!
Sacela mawufika ngale utshele uTata Madiba ukuthi kubi!!!!
Kuyabheda la eMzansi!!!!
1. kune EFF elwa noMsholozi!!
2. UZuma akesesiye upresident
3. URamaphosa uthi singawudli uPolony😭😭😭😭
4. UMalusi Gigaba unyuse iVAT seyiwu15%💔💔💔
5. Sesino Zodwa wabantu ongaligqoki iphenti!!!!
6. Kubi nje la eMzansi kulahleke noDuduzane
7. Ayiduri Data ithi go garanti kanti uFree mode uyabhora uzithola sewureacta ngo❤ kanti kufakwe isthombe se-Ex yakho😭😭😭😭
8. We miss your Dance(Madiba Jive) safa yiVosho!!!!!
9. Syakukhumbula Tata, you won’t believe ukuthi amacala kaZuma asenciphe kanjani😳😳😳 from 700+ to just 16!!!!!
10. Cishe ngakhohlwa, sesiphelile uNkunzi entshontha izimoto kwaMashu nebhlukwe eliyi pyjama!!!
Kuningi nje Tata angeke kuphele kunanama Gupta phakathi!!!!
Please Mama Winnie udlulise sana!!!


Ungayithandazisi ingane ngenkani

uNyaa 9yrs ucelwa ukuba athandazele ukudla kwantambama kukhona namavisitor

“Nkosi nkulunkulu mdali womhlaba naku langikhona ngicela baba ungibuyisele ikhaya lami.

La ekhaya nkosi angisasuthi ngenxa yalezingane zo anti ezigcwele la kithi azidli mdali ungathi ukudla ziyaqala ukukubona amatoyizi ami aphuke wonke ngicela nkosi ukhulule izinyawo zabo bakwazi ukuya emakubo ngingakazaci

Ngithandazela nomama nkosi ake ahlukane nalemkhuba ayenza nobaba weposi embhedeni kababa,nobaba naye ngiyacela nkosi umenze abone ukuthi lento ayenza nalomfelokazi umaGcwensa ayilungile ngoba kwamali yeskole ayikhokhiwe uyidla nalomama ozilile.

Siza nkosi b4 ngiba istreet kid Amen wathi eqeda unina wayesequlekile uyise engasabonwa


Njengomunye ugogo kwafika amapholisa emzini wakhe bezombopha ngoba epheka itototo.
Pholisa: “gogo sesikubophile asambe ”
Gogo: ” ngenzeni futhi mntanami? ”
Pholisa: “angithi upheka itototo lapha ekhaya. ”
Gogo: “kodwa phela khathesi kangilayo ephekiweyo ”
Pholisa:”ye gogo, awulayo kodwa izinto zonke zokupheka itototo sizitholile lapha ”
Gogo:”kulungile mntanami asihambe kodwa kasivumelane lapha lami ngyafika ngikuvulela icala lokuthi ubufuna ukungidlwengula ”
Pholisa:”aah kanjani gogo mina ngingazange ngize ngikuthinte? ”
Gogo:”kodwa angithi konke okokudlwengula ulakho khonapho ”
Pholisa: “usale kahle gogo “

Johane :Aunty umfazi onatha utshwala kuyayenza yini ukwakha laye umuzi?
Aunty :okudingakalayo ma usakha mtanami yisamende, izitina, inhlabathi lamanzi. Yena abe esehlala ezinathele utshwala bakhe phakathi 😂😂😂

Uvuka njani mhlobo wami

NOKUNGABI NE BOYFRIEND KUYENZEKA
UNQENE UKUTHENGA AMA PENTY😂😂✋

Yaz nina