Ayikho into eyingijabulisa njengoBbe wami makafuna iscathulo phasi kwembede



Bathi ubaba wakho umdala kodw makubuya ugesi ujabula nengane athi wabuyigesiπŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜‚

Gogo:
Molo mntana mi kiboleka miel mieli please my friend

My friend:
Molo Gogo hayi hayi Gogo hayi me my friend am not a stupid abonile Wena Gogo aplastic ashoprite aninzi am not a stupid my friend


“Babe are you a virgin?”
Umbona ngaleyo question ukuthi lokhu kusase yisdididi nyanaπŸ™„

Ama-posts alapha ekhaya angiwabhekise kumuntu, kodwa uma isicathulo sikunela, sigqoke Cinderella.


Dear Gift Of The Givers,

INkosi inibusise ngalo msakazo omuhle kangaka enangipha wona njengoba nanilapha eHuuzville Home For The Aged. Ngineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesikhombisa (87), umndeni wami wangiletha lapha ngoba bethi baxakwe ngumsebenzi engekho ozonginakekela. Ngithanda ukudlulisa
okukhulu ukubonga kanye nothando enilukhombisile kulesi salukazi esiyimina esesilahlwe ngumndeni
waso.

Umkhozi wami (sengisho lo engilala naye ekamelweni) uneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nanhlanu (95) kanti ubehlale enomsakazo wakhe; kodwa ubengangivumeli ngiwusebenzise. Wangitshela ukuthi kwakungokamyeni wakhe osewashona, ngakho-ke ngokuqonda lokho, wayefuna ukuwugcina uphephile.

Nakhu-ke ngelinye ilanga umsakazo wakhe lowo wawa washayeka kabi waba zicucu ngenkathi ezama ukuvuka aye endlini encane. Kwakukubi impela, ekhala umngani wami. Wangibuza ukuthi angawusebenzisa yini owami, ngaba nenkulu intokozo lapho sengimtshela ukuthi akafusege.

Ngiyabonga ngaleli thuba.
INkosi inibusise.

Yimina,
uTryphina Nyembe


OwamiπŸ˜” njalo loyo mama πŸ’” omthulisa ummbila 🌽 ekhanda πŸ˜₯ edrobheni πŸ˜‘ uwubambe wonke qede πŸ˜– ungathengi uthi mncane. 😭 Ey, ngoba nina!

Mhla kushada mina wonke umuntu uyodlula kimi ne-plate achaze ukuthi ungazelaphi. πŸ˜‘

Ekhaya mina angilwi, ngiphendula epletini uma sengiphaka.