Hhayi bo! Nakhu ngifica umuntu okhulelwe estobhini, sesime sobabili manje sekungathi yimi-ke lo ogile lo mkhuba. 😐



Sizonifunza kanjani ama-strawberries πŸ“ πŸ“ ngoba phela nina nidlela ukusutha?

Ngenkathi ngisasebenza e-zoo ngaxoshwa ngoba ngingalivalanga isango. Ibhadi lami.
I mean, ubani owayengantshontsha ibhubesi?

Kwaqala ngogogo wami bamdayisela amateku e-Adidas anemigqa engu-5, manje sebedayisele umkhulu isikibha esibhalwe: ‘Sebenza Girl’.


Ngafeyila u-grade 11 4 times, ngaphasa u-Matric with 6 distinctions kodwa azange ngiye enyuvesi ngenxa yemali. Ngasebenza kwaPEP for 2 years before ngiye e-UKZN & finishing in record time. Now I’m a qualified CA.
Ngiyadlala, ngizama ukuba yi-motivational speaker. 😐

WHITES:”Nice suit, David.” πŸ™‚

BLACKS: β€œAw Mdeva, senaba abefundisi?”


Ngisacela ngingiboleka ezinkomishi ezingu-4 zelayisi, ifoni yami ingene emanzini.


Those who say: “okusalayo lizayehlukana kuphela” should be included in your wedding programme as , ‘okhulumela abathakathi’πŸ˜‚

This year sicela ukubuyelwa ilamantombazane akhala aziphonse phansi uma sibajolela hayi laba abasijolela backπŸ˜‚

Ngicela usizo guys, ngifuna umuntu ozogada ugogo wami πŸ‘΅πŸ½ ona-88 years. Lo muntu ngizomkhokhela R2 500 ngenyanga, ukudla ngizomthengela kanye nama-cosmetics.

Ugogo ubehlala nomalume, washona umalume. Wahlala no-anti, washona u-anti. Wahlala nomfazi kabhuti, washona umkamfowethu. Wahlala nomzukulu wakhe, washona naye. Manje bengimqashele omunye usisi, naye ushonile last week.

Ngiyan’cela baf’ethu, ugogo uhleli yedwa manje. πŸ™πŸΌ πŸ™πŸΌ