To those I promised to meet, I’m sorry guys, anginaso iskhathi samasimba mina.



Black Coffee unenhlanhla ngokuthola owesifazane oqotho futhi onobuntu, abanye ngabe kade basiphosta lesiya sandla. 🙄

Kwi-assembly next week:
Ntuli: “Culani zingane zami.”
Someone: “Khabaribe baba!”
Crowd: “Fire!”


Kwawa incwadi, sagoba sobabili sayicosha. Saphakama kwahlangana amehlo, ngamamatheka. 🙂 Wathi: “Usinekani?”
Ey, ngoba amantombazane izinja. 😥

Njengoba ufuna umshado nje, ungakhohlwa ukuthi lapho upheka ngisho usuthi. 😐


Abantu bakuhleba ngisho uzidlela i-Chappies, uzwe bathi: “Awubheke, akalenzi ibhamuza.


Uma wake wathunywa i-spoon ekhishini wafike wasisula ngeskibha, ngilandele. 🚶🏽 🚶🏽 ISilo samabandla sifuna ukukhuluma nawe mayelana nenhlonipho nokuziphatha

Ngisemcimbini womjita abamenzele umhlonyane kubo ngoba yena uphuza i-Brutal, Bernin neStrongBow.

Uskwiza wenu usengicele isamba sika-R30, kanti ngoneni ezweni? Angifi ngani okungcono? 😩