Muntu a hambe aye goli at masebona umthembu umuzwe sethi nali thembeni๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚๐Ÿ˜‚



Omunye Umbona Ezihambela Kathi Le body ayiwazi ama Corn Flakes


Buhle ububi kanti futhi bubi Ubuhle.
othethe umfazi omuhle uyajabula ngoba engazi ukuthi ufana lomuntu ohlanyele ama Grapes endleleni yezihambi uma esevuthiwe adliwa lobu ngubani.


LITHE IPHOYISA MANGINGAMKHIPHI UMBULALI NGIZOWKHOMBA UMUZI ONOTSHWALA ….NGAJABULA KE KAMAKHELWANE KUZOHLATSHWA NGZOLIKHOMBISA KHONA..


Uma uzwa isandla sakho siluma, uzoba nemali.
Uma uzwa izindebe ziluma, uzoqabula.
Uma uzwa izinyawo zakho ziluma, uzothola izicathulo ezintsha.

What if isitho sangasese siyaluma?
No, no, no, no mngani, hamba uyogeza!
Ungazikhohlisi.