As from 2020, emingcwabeni kuzomele kubhalwe kwi-program ‘Ozokhulumela Ababemkhuza’.

Akubona bonke abebelungile besaphila.



Uma ngiphosta ihlaya elibhuquzisayo:

Normal people – 😂
Slow learner – 👍🏽

Ungcono wena, uSathane wafika kuwe ehamba ngePolo, mina ngamsukela ku-inbox ezithulele uSathane wabantu.

“Asihambe ngiyo-charger ifoni.”

Jikijiki, use-charger nami


WHITES: “I don’t have any kids.”

BLACKS: “Anginanja, anginakati mina!”

La ekhaya banenkani, bathi i-Ultra Mel izovulwa ngoNew Year! 😕😢

Kodwa amaChoice Assorted neMayonnaise yavulwa ngoKhisimusi.


Umuntu umcele amanzi kulo Disemba avele alethe wona ngempela.


Uma ebulala ICockroach ngesi chathulo 👞 , uyi gay lowo

Indoda yangempela ifaka emlomeni idle😂

Mxm😏 Yazi ngibone sengiqendile ukugeza🛀 ukuthi angiwathelanga amanzi