Ekhay ngisobabona ngoJanuary sengicula ingoma kaSjava ‘ohh kodwa uma ungithandangingenaluth’



MAKUKU kungan uthanda makuku ubumnandi kungan uwena udla ngisike ngilambile oh nami ngambile

Sesigqobhoze amakhekhe kaKhisimusi sinegundwane.


Mina: “Malume, you look worried ‘yazi.”

Malume: “Ngiyabonga mshana, kush’ukuthi ing’phethe kahle le Nivea.”

English yami mayingakukhathazi mngani, mina ngikhuluma i-English Literacy hhayi i-Pure English.


Uma ufuna indoda enemali, cacisa phela ukuthi enamalini.


Relationship yami ithule nje, angazi noma kwehliswe ivolume noma kushe i-speaker. 😕 😢

Dear mazumba,

Asali ukuthi nishuthe nezintombi zethu,
indaba niyona nge-caption uma senithi MyTwin.

Imali engiyaziyo eyephepha nensimbi, eyezinwele nezinzipho angiyazi mina