Ungqongqoshe wa maphoyisa ukhiphe umbiko wokuthi njengoba kushisa kangaka amaphoyisa asevumelekile ukuthi agqoke izikhindi, sibone imilenze yomthetho, sibone amadolo we phoyisa.



Just cooked 10kg Rice & 5kg meat💆 Bazofudumeza uDecember wonke lay’khaya,ngyahamba Mina🚶ngsayophuza

Ufake iGate le remote kukhambe igezi while u away🙄 ulale estradini angithi uRishi wena


Me: Mngani vuka
Friend : Hhmm 😴😴😴
Me: Mngani vuka nayi ibeer🍻
Friend: 😲😲 Iphi?

Mention that Friend of yours


Ama boyfriend wenu talk a lot on the phone, once wam’ vakashela ukupha amaLemon Cream adlale no music ka Sjava athule athi duuuu🤫, after every 10min umuzwe athi…… “yaaaah ng’yakuzwa ke ma-Phindi-Phindi”✋


Sorini kancane 🙏ngyazi ni busy
☝️Ikhona yin indawo edayisa utshwala nge Medical Aid la KwaMashu ??

Izolo sdakwe🍺🕺 saze senza ibraai 🥩🥓kodwa masvuka imvu
🐑
isaboshiwe ☝️nkinga uSpoti🐕 asimboni🤷‍♂️

Uvike impama👋 ka mah wakho avele awe
🤷‍♂️
Avuke😭 afonele ubabawakho, omalume bakho, nomkhonto Wesizwe
🗣️Athi”nangu Engibulala”