Kahle Kahle i Kaizer Chiefs Izogcina Isishaya Nathi Balandeli Bayo



Enhle Mbali I Feel Your Pain Akudlali Ukukhamela Umuntu iThawula Loku Geza Iminyaka Aqede Akwenze nje

Hhayi bo! Nisho ukuthi kuzosiphinda yini nakulo nyaka ukuthi uKhisimusi ube mhla ka-25 December?


Inyama yenkukhu yayimnandi isabizwa ngamaphisisi.


Umuntu wakho akakuphi isikhathi? Woza kimi.

08:30


Phela uma uphiwe u-lift, musa ukulokhu umemeza abantu ngewindi, iyawudla u-petrol leyo nto.

Next week bayabuya abo “ukube usho early, zi-cheap kabi le zinto eGoli.” 🏙
Bafoneleni manje nicele baniphathele.

(FB Post ka Nzuzo Cele)
Kuno stepfather abayolanda ama report namhlanje ey😅ngoba amantombazane izinja. Kodwa nani bafana khemani mani nivumelani ukuyothethiselwa izingane eningazizali😂