Ubuye Eksen Bathi Uyadelela😏
-Ubuye Ebsuku Bathi Uyazilawula😏
-Ubuye Emini Bathi Ubuyiswa Yindlala😏

Kanty mele Sibuye nini??



What if ezululwini udla imali yakho yomnikelo? 😯 yazi abanye bazo lamba 😂 Ngiya e sontweni mina Sunday

U are ungly in such a way that usabe nokuphuma


Her:ulibele utshwala into engeke ikuyise ndawo
Him:usulaphi wena ne juice yakho 😂

Islender uma kuyubusika sibanda engathi insimbi yetende


uthi uyabangena uhlangane labo sebephuma unyeee uthi uyabagwcalisela uthole ukut bonke bagwcele phamu unyeeee


Black people “Sifun’ izindlu ay-ay,ay. Sifuni ugwaqo ay-ay,ay.
Ningadakela thina, ngingasho kanjani ukuthi nifuna izindlu maqede nithi ” ay-ay,ay

Ngithi Moses khumula izimbadada ngoba lendawo incwele

Ibhayibheli libuye lisiqambele amanga, zazingekho izimoto ngalesa skhathi, bawathathap ama tyre okwa leziya zimbadada

Ugibele nomakhelwane etaxin umuzwe eseth”ndlulisa imali macela impuphu”