Umona

US’thole kwakuyindoda ezihluphekelayo. Kwathi ngolunye usuku yakhetha ukuthandaza.

Ithi “Nkulunkulu ngiyahlupheka ngicela ungiphe nje okuhle.”

Nangampela uzwakale umthandazo wakhe kuNkulunkulu.
Amphendule u Nkulunkulu athi, “Cela noma yini oyifunayo, kodwa yazi ukuthi kukho konke ozokucela, ngizonika nomakhelwane wakho kuphindwe kabili.
Avume uSthole

Nangampela acabange ukucela imoto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba nezimbili. Ayeke!

Acabange ukucela ibus, abuke ukuthi umakhelwane uzoba namabili.
Ayeke!

Acabange ukucela uR5 million we lotto, abuke ukuthi umakhelwane uzoba no R10 million.
Ayeke!

Athule, ecabange ukuthi angacelani nje.!

Abe esethi “Nkulunkulu ngicela ungikhiphe ihlo ( iso )elilodwa. Ezwakale esethi usuyokwenza njalo ke nakumakhelwane.

Ngikhuluma ngomuntu onomona akakwazi ukucela into ezomsiza ngoba ubheka ukuthi nomakhelwane wakhe uzoba nakho. Uncamela ukuphuma iso ngenxa yokuthi nomakhelwane awakhishwe omabili awakhe amahlo.

Akaphumeleli umuntu onomona kunalokho ulahlekelwa ilokho anakho.

Qaphela umona shlobo sami namhlanje!

Ungahlali nale msg idlulisele nakwabanye.

Ubaxwayise ngomona ungasizakali wedwa ngoba wangaydlulisa uzobe unomona sengzohlala phasi ngdedele ofakazi wangafakaza ngalendaba kyobe unomona ngcela inkosi ibusise enikzwile amen

Ameni



Nango umkhwenyana uNyaa wavakashela ekhweni
lakhe wathi e fika kwathiwa “Ufike kahle mkhwenyana,
sicela usifakele i-dish yeDstv phezu kwendlu”
Ngamahloni wesaba ukuthi athi akakwazi.
Ngemva kwesikhashana umamezala wezwa
kuthi Di! phansi into enesisindo,
Babuza “Yini leyo ewayo?”
UNyaa waphendula “Yi hovoros (over all) mama!”
Umamezala abuze “I hovorosi (overol) elesisindo esingaka?”
Wezwakala ngelipholileyo uNyaa ethi “Ngiphakathi kwayo”
hovorosi is a worksuit

Z’hlobo zami ngithanda ukubonga uJehova ngoba amakhaza angiflce sengiqedile iSyllabus yokugeza umzimba Wonke. KuJune noJuIy ngizobe ngenza nje ama revision Iapha nalaphaya, ngigeza ubuso nenyawo nokwesula amakhwapha!”

I need 100 Rappers Khona Ingoma engfuna siyshaye ezodlala 2wks 10hrs and 11 Seconds


Breaking News

*Thina sikhule kabuhlungu straight!*

“`Bewuthi uzihlalele nje uzwe kuthiwa:“`

“ _Mbambeni simpeyite_ “

Noma yin engangihlekisa ngoba ngingumuntu okuthandayo ukuhleka


I Pain Yokulanda Ama ARV’s Ngezinyawo Ekubeni HIV Yayifike Nge POLO


Noma ngawin’ jackpot mali ngeke ngike ukudla umfudumezo phecelezi leftovers🥘🍲, udlala igwinya noku sebenzisa 🗞📰 toilets🚽🤞🏽

Sbu calls
Nkunzi-cool Kruger
Njeza- jersey no 10
Khathaza-njebe
Sbonelo-Tokotela