Do ladies also look at a guy and say
“uyabo lo mangingamthola ngingamvithiiiiiiiizaa🤔



Hi Babe imoto yam iyahlupha ngiku N3 between Nkosi St & Majola Rd. Problem ngathi yiWindscreen ye engine. I-fanbelt ayifuni ukuvula i-bonnet yeboot. Dashboard ayingeni kuReverse plus i-spare wheel siphelelwe i-brake fluid. Ngapha amaVeiw mirrors adinga i-oil. Kunzima love I’m not sure ukuthi ngizofika in time for Valentines!

Wazonda umuntu ngenzeni kuwe bo okusalayo angilandaba nawe silima angiphileli wena apha emhlabeni


Ungena kwadoctor
Doctor: how can I help you?
Mzobi: eish nginenkinga yokukhohlwa
Doctor: iqale nini?
Mzobi: ini?

Umtana wenyaope zimshayile strong ungena Kubo uthola ityma lakhe lihleli naye wahlala phambi kwalo wabheka phansi uthe Uma evusa ikhanda wambona wathi haw mntomdala konje ngikwazelaphi?


Ungagena nelibele leli wile etaxin umasifika e garage siyali pompa🤣🤣🤣🖐🏾


Me : sawubon gogo
Gogo : yebo
Me :ukhona zinhle
Gogo: yebo ukhona (amemeza) zinhle vela
Me: zinhle unayo lencwadi lethi im here 2 see u
Zinhle :no nginale ethi ” im buzy”
Me : lena ethi ‘whn must i come back ?’
Zinhle : kunale ethi “8:30mp
Gogo: awuyifun le ethi” do you think i’m stupid wena mfana”

You Go with a Zulu person to the cinema at 20:30 and he be like
“Hhay bafo awtshele abantu bakho bafake uZalo”